Le ndoda iboshwe ngemuva kokukhonjwa ezenzweni esihlasimulisa umzimba njengoba isolwa ngokushisa intombi yayo eneminyaka engu ...
INGENISA emakethe yaseNingizimu Afrika ngezimoto ezinhlobonhlobo ezine inkampani entsha yaseChina, iChangan, eyethulwe ngokusemthethweni eSun City.
Uma iPirates iphumelela kulesi simangalo, kungenzeka ibuyele kwiChampions League, ikhishwe iLupopo okuvela ukuthi inamanye ...
USEBHEKWE kokaMiss Universe uBonang “Queen B” Matheba omenyezelwe njengozokwethula uhlelo lukaMiss Cosmo eVietnam ngenyanga ...
UMLINGISI osematheni kulezi zinsuku uTebogo Thobejane useveze ukuthi ukunganakwa abantu besilisa ngemuva kwesigameko ...
USOLA ukuthi kwahlelwa ngaphambi kosuku lwesigameko ukubulawa kowesilisa waseWoza, KwaNzimakwe, eMargate, umndeni wakhe kulandela ukutholwa kwesidumbu sakhe sesonakele ngeledlule. Isidumbu sikaMnuz ...
INTOKAZI eyaphakamisa ifilege lakuleli ithatha isicoco sikazime emcimbini uMiss Universe ngo-2019, uZozibini Tunzi useveze ukuthi ukungena emkhakheni wobumnandi yikhona okumholele othandweni lokuthi ...
Amaphoyisa abhimbise uhlelo lwamaholidi amnandi kushaywa ishisani-thosani ngesikhathi ebopha amadoda ayisithupha asolwa ngokuduna iloli ebelithwele inyama yenani elingaphezu kuka-R500 000 ku-R559 ...
ELINYE lamabamba kwiKaizer Chiefs, uKhalil Ben Youssef, lidalule usuku okulindeleke ukuba aqale ngalo ukuziqeqesha ngokugcwele neqembu uRushwin Dortley osekuphele izinyanga eziyisishiyagalombili ...
KUSABALALE isimemo somgcagco weSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini noNdlunkulu waso wesibili, uNomzamo Myeni. Ngokwesimemo, udwendwe luzokhuphuka ngoNovemba 9, esigodlweni kwaKhangelamankengane.
UDIDEKILE umndeni wowesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, eThekwini, kuduka isihlobo ngendlela engaqondakali, sibuya emsebenzini. UMnuz Kholwani Cele (34) kuthiwa wagcina ukubonwa ngezikhathi ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results